Lenkundla igxile kuJesu Kristu, nendlela yokumamukela ngokuphelele abe yiNkosi no Msindisi wezimpilo zethu. Asiziqhakambisi thina kodwa yena yedwa uKristu ophila kithi. Njengalokho iZwi leNkosi lithi:
Ngibethelwe esiphambanweni noKristu, akuse yimi ophilayo kepha uKristu uphila kim. Ngakho ke kwakuphila nje engikuphila manje kungexa yokuthembeka kweNdodana kaMvelingqangi, engithande yaze yadela ukuphila kwayo ngenxa yami. – KwaabaseGalathiya 2:20
Sikhulekela ukuthi lenkundla ikwelekelele ukuba ubone ukuthi noma singobani ngokwendabuko nemvelaphi singalufumana uthando oluphelele kuNkulunkulu uBaba ngeNdodana yakhe uJesu Kristu, nokugcwaliswa nguMoya oNgcwele. UJesu uluThando, uqobo lwakhe.
Sicela ufundisise, ucabangisise ngalo lonke ulwazi esikulethela lona futhi uzimisele ukuthatha isinqumo sempilo yakho yonke.
Isisebenzi Sakhe
Izindaba zakamuva ngesingisi
[ Izindaba... ]